Ukubethelwa Kuka Jesu Ebhayibhelini
Ukubethelwa kuka Jesu kuvela ebhayibhelini izikhathi ezingaphezu kweshumi nesithupha lapho khona kunamavesi akhomba ukuthi uJesu wabethelwa.
Miningi imibuzo ebuzwa abantu nje emhlabeni wonke jikelele mayelana nakho ukubethelwa kuka Jesu. Eminingi yalemibuzo ivela kubantu abakholwayo kanye nabo labo abangakholelwa kulesisehlakalo. Kodwa ke noma uyakholwa noma awukholwa umlando uyabuveza ubufakazi bokuthi lesisigameko senzeka ngempela
Ukubethelwa kuka Jesu yisehlakalo esaqala ukuvela ebhayibhelini ezincwadini ze testamente elidala ngaphambi kokuvela kwaso kwi new testament.
Ukubethelwa Kuka Jesu Kwenzeka Kuphi Nendawo?
Sesiyazi uma sifuna imibhalo engcwele ukuthi